iminathi ads header banner

Intaba Yase Dubai – S’bali

iminathi adverts

Intaba Yase Dubai – S’bali mp3 download free

Download latest SA music

Intaba Yase Dubai – S’bali mp3 Download free

Finally the wait is over as high talented music artist record producer Intaba Yase Dubai who have been trending on social media lately decides to further perfect his name in the industry with a new song titled S’bali. Cop below and enjoy.

VERY HOT: Big Zulu – Mali Eningi ft. Riky Rick & Intaba Yase Dubai

“S’bali” will mark as his first single in the SA music industry as he strives to become one of the best in the System. The track also will be inclusive on his upcoming studio LP project which will be released under Big Zulu’s record as the 2 have been doing massively lately. So without added ado, update your playlist and leave a feedback with using the comment box below.

Download latest SA music

Intaba Yase Dubai is currently signed under one of the most popular record label in the country ambitiouz entertainment but still yet to break through as his previously said album will surely feature the likes of Miss Pru and BlaQ Diamond, stay tuned with us for the full project upon release.

Stream, and share “S’bali”. Don’t forget to drop your comments below.

DOWNLOAD Audio file

Intaba Yase Dubai – S’bali Lyrics:

[Intro]
Uma ngingakuxoxela indab’ongayazi
Ngicela ungathwali izandl’ekhanda, ngicel’ungamangali
Mina ngingakuxoxela indab’ongayazi
Engakuthwalisa izandla ekhanda, ngicel’ungamangali

[Refrain]
Sengahlale ngiphethe isthombe sakho ephaketheni
Ngoba ngihlale nginethemba ukuthi ngizokubona
Sengahlale ngphethe isthombe sakho ephaketheni
Phela inhliziyo iyagxumagxuma mangikbona

[Chorus]
Uyajabula umphefumulo, kimi ufana nesbuko
Engath’ungahlala useduze nami
Uz’ungkhonzele kubafwenu
Uz’ubaxoxele ngeliny’ilanga ngizoba usbali
Ngifuna ukuba usbali
Lentombi kumele kube ngeyami
Ngifuna ukuba usbali
Lentombi kumele kube ngeyami

[Verse 1]
Mina uma ngivuka we dali
Ngicabanga wena ekhanda lami
Ngiyazi uyazibuza ke manje
Ukuthi why ngingakuqondi ngikutshele lendaba
Hay ukuthi ngiyakusaba
Indlela engikuhlonipha ngayo
Angifuni uthi nginamanga
Lento into eyenzakalayo
Ukube nginamandla bengizovele ngiyifake emaphepheni
Uvele udume umhlaba wonke njengosheleni
Ngihlanyiswa isithombe sakho lesi engisiphethe ephaketheni lami
Isona esingenza ngbone impilo esangihlalele emhlabeni
Mina anginalutho esandleni
Ngizokupha okusenhlizweni yami ungunaphakade
Bahlale bengibuza abangani
Bethi why ngingasiloyi lesithombe sakho?

[Chorus]
Uyajabula umphefumulo, kimi ufana nesbuko
Engath’ungahlala useduze nami
Uz’ungkhonzele kubafwenu
Uz’ubaxoxele ngeliny’ilanga ngizoba usbali
Ngifuna ukuba usbali
Lentombi kumele kube ngeyami
Ngifuna ukuba usbali
Lentombi kumele kube ngeyami

[Verse 2]
Sengiqala ukulibuka nangamehlo enqondo usuku lwamalobolo
Obvious ngzobe senginemali eningi , nigyow spenda wonke umholo
Usuyongixolisela kwabomndeni , mina angizwani neyikoloto
Mina ngiyabhadala
Sengisho ukuthi noma bengakhalanga
Uthando lwakho lufana no “Amen” enhlizweni yami
Lufika njalo mangithandaza
Ngiye ngithi mhla ngayeba inhliziyo yakho
Ngalolosuku kuyogijima iveni
Umjuluko uyobe uzehlela ebusweni kubafwenu
Mhla ngidla amanzi e-orintshi
Sekumele babize umfana omncane ngo sbali
Isimo sobe siphoqa ngalesosikhathi kuyobe kuymina oholile
Angibona laba abathi khona abazokwenza khona i-chappies uma isiphelile hey mina

[Chorus]
Uyajabula umphefumulo, kimi ufana nesbuko
Engath’ungahlala useduze nami
Uz’ungkhonzele kubafwenu
Uz’ubaxoxele ngeliny’ilanga ngizoba usbali
Ngifuna ukuba usbali
Lentombi kumele kube ngeyami
Ngifuna ukuba usbali
Lentombi kumele kube ngeyami

[Bridge]
Uma ngingakuxoxela indab’ongayazi
Ngicela ungathwali izandl’ekhanda, ngicel’ungamangali
Mina ngingakuxoxela indab’ongayazi
Engakuthwalisa izandla ekhanda ngicel’ungamangali

[Outro]
Ngifuna ukuba usbali
Lentombi kumele kube ngeyami
Ngifuna ukuba usbali
Lentombi kumele kube ngeyami

Leave a Reply

%d bloggers like this: